Ukuhumushwa ngesiZulu okusemthethweni (Need Your Love)
Umculo namagama awo: Michael Fatkin, Benjamin Hastings, Aodhan King,
Ben Tan no Melodie-Wagner Mäkinen
Kuhumushwe ngu: Karabo Malahleha no Prudentia Ndimande
IVESI 1:
Ngangifuna into ethile
Int' ebeng'yazi kodwa ngingay'bon'
Ngikhumbula is'khathi
Engangimfuna wangithola
IKHORASI ESANDULELE:
Ang'kwaz' uk'cacisa
Akukho ukudlula
Indlel' uthando l'shinstshe yonk' into
Ngoba seng'yakwazi manj'
Ngingaqhubeka kanjan'
Jesu uyanganelisa
IKHORASI:
Ang'dingi okunye
Ng'ding' uthando Lwakh'
Ng'ding' uthando Lwakh'
Ang'funi okunye
Ng'ding' uthando Lwakh'
Ng'ding' uthando Lwakh'
Na na na na na
IVESI 2:
Ngik'dinga njengamanzi
Ngik'dinga njengomoya wok'phefum'la
Angiyik'thatha kalula
Angiyik'buyela emuva
ISIXHUMO:
Khon' int' eyodwa
Eyodwa
Eyodwa eng'dingayo
ISIPHINDO:
Ng'ding' uthando Lwakh'
Ng'ding' uthando Lwakh'